ezamabhizinisi

Kubuyiselwa emuva ama-BMW-X5

2012-12-07 12:01

AbakwaBMW South Africa bathi akubuyiselwe emuva izimoto ezingu-5 000, azingama-X5, kulandela ukuvela kwezindaba ezithi kukhona okonakele kuzo.

Uhambe kahle umbhikisho wama-etoll - Cosatu

2012-12-07 07:36

Umbhikisho weCosatu “wokushaya ngolonwabu" ngoba umelene nama-etolls emigwaqeni emikhulu yaseGauteng uhambe kahle, kusho uNobhala uDumisani Dakile.

JSE

Abamnyama bayalingana nabamhlophe ku-JSE

2012-12-06 14:02

Isibalo sabatshalizimali abamnyama kuthiwa siyalingana nesabamhlophe kuJohannesburg Stoc Excghange, kunjalo nje usazokhula umnotho wabamnyama, kusho ucwaningo.

ICosatu ayigobi phondo nge-etolling

2012-12-05 14:01

ICosatu izobhikisha ngezimoto emigwaqeni emikhulu ngoLwesine njengoba ibhikishela ukungahambisani nohlelo lwe-etolling eGauteng.

Farmworkers protest

Siyaqhubeka isiteleka sabasebenza emapulazini

2012-12-04 12:38

Baqalile ukubuthelana ndawonye abasebenzi basemapulazini eBoland eWestern Cape ukuqala isiteleka njengoba bekhala ngezinkinga ababhekene nazo njengabasebenzi.

Bazojeza abazodlalela kuma-toll gate - Uhulumeni

2012-11-29 08:13

Noma ngabe ngubani ozocekela phansi impahla uma sekuqhubeka imashi emelene nokusebenza kwama-etolls uzowukhomba umuzi onotshwala, kusho uhulumeni.

Abantu babazi kahle nge-etolling - Sanral

2012-11-27 14:02

Zonke izinhlaka zomphakathi ezimele abashayeli bezimoto baseGauteng, zabe zazi ngohlelo lwe-etolling, kusho ubufakazi eNkantolo eNkulu ePitoli.

Farmworkers protest

Abasebenzi abebebhikisha bakhala ngonogada

2012-11-27 10:00

Abasebenzi basefemini ethengisa inkukhu iCounty Fair, eStellenbosch bathi badutshulwe ngezibhamu ezikhafula upende ngesikhathi bebhikisha.

Tina Joemat-Pettersson

'Ube ngumlando umbhikisho wabasemapulazini'

2012-11-26 10:00

Umbhikisho wakamuva wabasebenzi basemapulazini ushintshe umlando waseNingizimu Afrika, kusho uNgqongqoshe woMnyango wezoLimo uTina Joemat-Pettersson.

thika super highway, road

U-R300m kulingiswa imigwaqo e-E Cape

2012-11-23 10:01

Sekubekwe eceleni isamba sika-R300 million kuze kuzolungiswa imigwaqo yase-Eastern Cape eyagugiswa yizikhukhula, kanti ihlawumbiselwa ku-R1.08 billion imali edingekayo.

Azoqhubeka ehle amandla erandi - Usomnotho

2012-11-22 14:01

Kulindelee ukuba irandi liphinde lehle njengoba kubhekwe emaholidini kaDisemba, kanti lokhu kungase kuqhubeke kuze kube unyaka ozayo, kusho usomnotho.

Cosatu logo

ICosatu igxeka i-ANC nge-etolling

2012-11-21 10:00

Umfelandawonye wezinyunyana zabasebenzi iCosatu, usugxeke iqembu elibusayo i-African National Congress ngokuzama ukubhebhezela uhlelo lwe-etolling.

Kuteleke abosizo lokuqala e-E Cape

2012-11-20 07:39

Badube izinsiza bangena esitelekeni abosizo oluphuthumayo e-Eastern Cape njengoba befuna kulungiswe indaba yokuhola kwabo, kusho uMnyango wezeMpilo esifundazweni.

Domestic worker

Bazonyuselwa amaholo abasizi basezindlini

2012-11-19 14:01

Kuzonyuswa imali encane engaholwa ngumsebenzi wasendlini kusukela ngoDisemba, kodwa hhayi ngemali engakanani, kusho uMnyango wezabaSebenzi.

 

 

e-tol

Kujutshwe amaphoyisa ngemashi yama-etolls

2012-12-06 07:28

Ungafunga ukuthi amabutho eya empini njengoba amaphoyisa ekhishwe ngobuningi bawo eKatlehong, eKurhuleni, empumalanga neGoli, ngaphambi kombhikisho.

Ayabuya amabhanoyi akwa-1Time

2012-12-04 16:28

Inkampani yamabhanoyi ezinze e-UK isimemezele ukuthi iphezu kwezingxoxo xokuthi kubuyiswe amabhanoyi akwa1Time, amile ukusebenza kulandela inkinga yezimali.

Zuma Fish and Chips ad

I-SACP isihoxise isiphakamiso sayo

2012-11-30 14:02

I-SA Communist Party KwaZulu-Natal isisihoxisile isimemo sayo sokuthi akudutshwe ukudla kwenkampani iFish and Chips ngoba yenze isikhangisi esingoMengameli uJacob Zuma.

E-tolls

Akwesekwe imibhikisho ye-etolling - ANCYL

2012-11-28 14:03

Abantu abasha kumele beseke imibhikisho ehlelwe yiCongress of SA Trade Unions, ehlelelwe ukulwa ne-etolling eGauteng, kusho uphiko lwentsha i-ANC Youth League.

Jobs ad

I-BDFM izodiliza abasebenzi

2012-11-27 12:01

I-BDFM, neshicilela iFinancial Mail neBusiness Day, isixwayise abasebenzi ngokuthi ihlela ukudiliza abanye, ngokombiko wakamuva.

Proudly South African

Bazokhetha abakuthandayo abathengi - Motlanthe

2012-11-26 14:02

Abathengi baseNingizimu Afrika bazothatha abakuthandayo uma sebethenga kodwa kumele bayalwe ukuthi baqinise kakhulu ekuthengeni impahla ekhiqizwe kuleli.

Sars

Usufikile umnqamulajuqu wentela

2012-11-23 12:05

Abakhokhi bentela bayayalwa ukuthi bahambise izimfanelo kubaqoqi bentela kwaSA Revenue Service, lingakashoni ilanga, kuze bezogwema ukukhokha inhlawulo.

Gun

Akukaboshwa muntu ngolwaseHarmony

2012-11-23 08:30

Amaphoyisa aseGauteng athi asathungatha ababulali babavukuzi ababili emayini yaseHarmony, iKusasalethu ngaseCarletonville.

Zama Zama miner

Abavukuzi bathi akuboshwe onogada

2012-11-21 14:04

Yize umsebenzi usuqalile emayini yamalahle yaseCanada eDundee, KwaZulu-Natal, kunokwesabela ukuthi kungase kuqubuke esinye isiteleka kuleya mayini.

sabric

Kwehlile 'ukushaywa' kwamakhadi

2012-11-20 14:05

Ezweni lonke izibalo zithi phakathi kukaJanuwari noSepthemba, behlile ubugebengu bokuqolwa kwamakhadi asemabhange, kusho abakwaSA Banking Risk Information Centre.

Boeing 787

I-Afrika izodinga-900 wezindiza ezintsha

2012-11-19 16:30

Izwekazi lase-Africa lizodinga izindiza ezintsha ezilinganiselwa ku-900, ngonyaka ka-2031, kusho iphini likamengameli wakwaBoeing Commercial Airplanes uVan Rex Gallard.

 
Ezifundwe ukuzedlula zonke
Ezi-emailwe ukuzedlula zonke
Ezithasiselwe ukuzedlula zonke
Isimo sezulu
Emigwaqweni
iLotto
Cpt: 18-24°C More sun than clouds. Mild. Pta: 17-30°C More sun than clouds. Warm.
Jhb: 15-26°C Morning clouds. Warm. Bloem: 14-31°C Sunny. Pleasantly warm.
Dbn: 20-23°C Decreasing cloudiness. Mild. PE: 16-24°C Partly cloudy. Mild.
Isibikezelo sezulu sezinsuku ezingu-7...