Umelekeleli womqeqeshi weKaizer Chiefs uDoctor Khumalo, uthi ukusebenzisana yikona okuzokwenza ezakhe ziphumelele uma sezibhekene nomkhaya bazo i-Orlando Pirates.
UBooi Makhubela nendodana yakhe uRodgers abatshengisanga muzwa ngesikhathi belahlwa ngamacala angu-39 okudlwengula, ukushaya, ukuthumba nokugebenga.
I-DA isamukele isinqumo se-Icasa sokuphenya mayelana nokumiswa kwengxoxo ebizoba esiteshini iMetroFM mayelana nengqungquthela ye-ANC ezoba seMangaung.
Isikhulu smaphoyisa kaMasipala waseKurhuleni uHlula Msimang, uvele ngaphambi kweNkantolo yesiFunda eWynberg, mayelana nezinsolo zokubulala.
UNdunankulu waseW Cape uHelen Zille usekhalaze ngesikhulu samaphoyisa kuzwelonke, ethi sizame ukuhlohla amalungu e-African National Congress.
Umfanyana oneminyaka eyisikhombisa ubudala uminze eMamatsha Dam, eGa Moleopo, eLimpopo, kusho amaphoyisa esifundazwe.
Njengoba abaningi bethamunda ngomdlalo womkhaya baseSoweto, umqeqeshi weBloemfontein Celtic uClinton Larsen uthi nowomkhaya baseFree State uzoba nomuzwa ofanayo.
Izethenjwa zikaMengameli waseZimbabwe uRobert Mugabe sezihlangene emhlanganweni weqembu omkhulukazi, obanjelwe esifundazweni iGweru.
IZIKHULU: UMengameli waseHaiti, kwesobunxele, uMichel Martelly uxhawula uNdunankulu waseJapan uYoshihiko Noda ngaphambi komhlangano wabo eTokyo. (Koji Sasahara, AFP)
NGONYAWO LONWABU: Omunye wababhikishi emkhankasweni wokushayela ngesipidi esiphansi, kulwiswanwa nama-etolls. Umbhikisho uqhubeke ku-N3, eKurhuleni. (Werner Beukes, Sapa)
UMONAKALO: Izakhamuzi zihamba emgwaqeni zibisha odakeni kulandela ukuhlasela kweTyphoon Bopha, eNew Bataan, eCompostela Valley, eningizimu nePhilippines. Bangu-325 okungenani abantu abashone kulesi sibhicongo. (Karlos Manlupig, AFP)
ENKANTOLO: UMolemo "Jub Jub" Maarohanye ubonakala enkantolo njengoba kuzokwethulwa isigwebo eNkantolo yeMantshi eProtea, eSoweto. (Werner Beukes, Sapa)
UMCULO: Umculi u-Alicia Keys uyanandisa ngesikhathi kubungazwa uCarole King nomculo wakhe ekuhlomuliseni iThe Painted Turtle Camp eDolby Theatre. (Getty Images, AFP)
UMHLANGANO: UNobhala Jikelele weqembu elibusayo i-ANC, uGwede Mantashe esemhlanganweni weqembu oyisipesheli obubanjwe eGoli. (Werner Beukes, Sapa)
Indoda, 46, yaseConnecticut nendodakazi yayo, 23, batshele amaphoyisa ukuthi babengenaso isiqiniseko sokuthi bahlobene ngesikhathi beqala ukuthandana.
Ngabe ulibona linjani ikusasa likaJulius Malema kwezepolitiki kulandela izigameko zakamuva?
Selimfiliba 18% 76 amavoti
18
Usazobuya ngamandla 13% 54 amavoti
13
Akavele akhohlwe yipolitiki manje 69% 292 amavoti
69
UMengameli waseMelika ubeke eceleni ezombusazwe wahambela eColorado ukuyohlangana nemindeni yabantu abadutshulwe balinyazwa ngesikhathi kubukwa ifilimu ebhayisikobho.
Amakhulu ezakhamuzi zaseThekwini eClaire Estate naseReservoir Hills, kulindeleke ukuba zingenele umbhikisho, emgwaqeni uPalmiet Road, ngokusho kombiko.
Seluqalile ukhetho lukazwelonke eGhana nokubhekwe ekutheni luvivinye intando yeningi kuleliya lizwe elisentshonalanga ne-Afrika.
IJapan isihlaselwe yi-tsunami ogwini olusenyakatho mpumalanga nezwe, ngokusho kwenhlangano ebhekelele izinhlekelele kuleliya lizwe.
Umqeqeshi wezikaMagebhula, i-Orlando Pirates, uRoger De Sa uthi okuzokwenzeka eSoccer City, angakufanisa nokwabonwa yigungane lijahwa yikati.
AbakwaBMW South Africa bathi akubuyiselwe emuva izimoto ezingu-5 000, azingama-X5, kulandela ukuvela kwezindaba ezithi kukhona okonakele kuzo.
Cishe akukapheli nenyanga uBonang Matheba axoshwa ehlolweni okwakumele alushayele, kodwa manje usejoyine uhlelo oluhamba phambili iTop Billing kuSABC3.
IZimbabwe isikulungele ukuphinde isebenzisane namazwe omhlaba, kusho uNdunankulu uMorgan Tsvangirai njengoba ehambele e-Australia, nethe izimisele ngokuxegisa unswinyo.
Pretoria - 07:56:22 AM Ramp to R21 south CLOSED due to truck accident Ezinye zasemigwaqeni